Message
OkaMolefe usezakhele udumo olukhulu ngemidlalo ayibhalayo. Lona ungeminye yemidlalo yakhe endikimba yayo kuwuthando. Abangakwejwayele ukufunda imibhalo yesiZulu bangacabanga ukuthi ibhalalwa izingane zesikole kuphela.